10/06/2026
π₯π©π¨β¬β¬
πππ
uMhlathuze Constituency | Ward 32
Ngaphansi kobuholi buka Cllr Z. Ntshaba no Cllr Z.H. Mkhize, uMasipala wase uMhlathuze ngokubambisana noMnyango WezokuThutha (DOT) usabele ngokushesha esikhalweni somphakathi mayelana nesimo somgwaqo obudala ukuthi amabhasi ashibike futhi aphoseke endleleni.
Sidlulisa ukubonga okukhulu kuWard Committee, ikakhulukazi kuMnu. Mthethwa, kanye noMasipala wase uMhlathuze ngokulalela izidingo zomphakathi nokuletha izixazululo ezibonakalayo.
"Ukusebenzisana kuletha intuthuko, kanti intuthuko iletha impilo engcono emphakathini."