19/07/2026
Iqembu le-SACP i-South African Communist Party limema wonke umphakathi wakuWARD 11
Mayelana nohlelo lokuqokwa kwekhansela leSACP kuWARD 11
Usuku: Ngesonto Lona leli Mhlaka 19 July 2026
Isikhathi ngu 3 Ntambama
Indawo: Eziphunzini Community Hall
Leliqembu lizobuye libungaze iMondela Month lapho lizombathisa ogogo izingubo zamakhaza, libuye leseke ngezithombo labo abalima izingadi emakhaya, Kanye nempuphu. Asiphelele khona. VOTE SACP 04 NOVEMBER 2026 ngeke uzisole