EFF ndwedwe sub region

EFF ndwedwe sub region Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from EFF ndwedwe sub region, Political Party, Ndwedwe.

28/08/2026

❤️♥️💚♥️❤️♥️💚♥️❤️

28/08/2026

Amandla Abesifazane! ✊🏿🌹

🌹🔥 WOMEN’S CELEBRATION – WARD 05 🔥🌹I-Women’s Celebration eWard 05 ibe yimpumelelo enkulu! ❤️Sibonga bonke omama, abaholi...
28/08/2026

🌹🔥 WOMEN’S CELEBRATION – WARD 05 🔥🌹

I-Women’s Celebration eWard 05 ibe yimpumelelo enkulu! ❤️

Sibonga bonke omama, abaholi kanye nomphakathi waseWard 05 ngokuzimbandakanya nokwenza lolu suku l**e yimpumelelo.

Omama bangamandla omphakathi. I-IMBOKODO ayigobi! ✊🏿❤️

AMANDLA! ✊🏿
AMANDLA! ✊🏿
AMANDLA! ✊🏿

Siyamema bonke omama ukuthi bahlanganyele nathi kulolu suku olukhethekile lokubungaza nokuhlonipha omama. ❤️🖤💚💛Ake sihla...
27/08/2026

Siyamema bonke omama ukuthi bahlanganyele nathi kulolu suku olukhethekile lokubungaza nokuhlonipha omama. ❤️🖤💚💛

Ake sihlangane, sikhuthazane futhi sakhe umphakathi onamandla.

DOOR-TO-DOOR CAMPAIGN — WARD 04EFF Ndwedwe Sub-RegionIzolo i-EFF Ndwedwe Sub-Region ibiku Door-to-Door Campaign eWard 04...
25/08/2026

DOOR-TO-DOOR CAMPAIGN — WARD 04

EFF Ndwedwe Sub-Region

Izolo i-EFF Ndwedwe Sub-Region ibiku Door-to-Door Campaign eWard 04, ihlangana nomphakathi, ilalele izikhalo zawo futhi ixoxa nabantu ngezindaba ezithinta impilo yomphakathi.

Siyabonga kubo bonke abahlali baseWard 04 abasamukele futhi baxoxa nathi. ✊🏿🔴

EFF Ndwedwe Sub-Region — Amandla Abantu!

21/08/2026
Ndwedwe sub region ward 14 manje ekuseni Mayoral Candidate ehambisanana no Cllr candidate wakhona ward 14 bavukele kwaNo...
21/08/2026

Ndwedwe sub region ward 14 manje ekuseni Mayoral Candidate ehambisanana no Cllr candidate wakhona ward 14 bavukele kwaNompanda primary school lapho inikele khona ngama water tankers amabili lapo ifice khona Principal ekhala ngokuth namhlanje akuphekiwe ngenxa Yokut bane tank elincane kakhulu asheshe aphele abanawo nhlobo...injabulo ibhalwe emahlweni koThisha nakubafundi...sibe sesidlulela kumphakathi wakhona siyodlulisa elilodwa bathi Phambili nge EFF

21/08/2026

Address

Ndwedwe

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EFF ndwedwe sub region posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share