31/08/2026
Mphakathi,
Ngithi anginiUpdate ngosekwenzekile ngalento yokuntshontshwa kwezintambo. Namhlanje ngo06h30 singenele imizi yalabafana abantshontsha izintambo. Sibatholile sazithola nazo izintambo kwabe sekuxoxwa nabo into engatheni ngoba besifuna iqiniso, libe seliphuma iqiniso nobufakazi bonke ebesibudinga sibe sesibahambisa futhi ePolice Station nobufakazi bonke.
Ngiyacela mphakathi ukuthi lokhu okwenziwe namhlanje n**i ukuthi asimile siyaqhubeka ngoba baningi labantu and baphatha izibhamu kodwa sizobanqoba nethimba engisebenzisana nalo. Laba abathanda ukukhuluma kakhulu lakuFacebook into abangayenza ukuthi basinike iInformation kuphela bese beyathula.
UBUGEBENGU BUZOPHELA KULENDAWO YAKITHI UMA KUFANELE ABANTU BATHUTHE BAZOTHUTHA BAHAMBE LABAFANA ABABHEDAYO. NGIYABONGA KUMAMA OVELE WATHI NJE YENA UMASNGCWABISANE WAKHE UQONDILE NGOBA UMFANA WAKHE AKEZWA...
ASIMILE NIBATSHELE NABANYE ABAHLUKUMEZA IMINDENI YETHU UKUTHI WE SHALL FIGHT FIRE WITH FIRE
NGIYABONGA