ANC NMZ Chris Hani Branch

ANC NMZ Chris Hani Branch πŸ’šπŸ–€πŸ’›
The official page of the African National Congress Chris Hani Branch, Sindiso Jethro Magaqa Sub-Region

10/01/2026
amaVolontiya weANC eWard 12, eholwa ngu Branch Co-ordinator uCde Nkonyanye, avakashele imindeni emiphakathini yaseMbuzuw...
09/01/2026

amaVolontiya weANC eWard 12, eholwa ngu Branch Co-ordinator uCde Nkonyanye, avakashele imindeni emiphakathini yaseMbuzuweni naseRietvlei ukuyodlulisa amazwi enduduzo kulemindeni njngoba belahlekelwe ngabathandekayo babo muva nje. Siphinde saqinisekisa le mindeni ukuthi i-ANC iyadabuka kanye nabo futhi imi nabo kulesi sikhathi esinzima.

πŸ’šπŸ–€πŸ’›
08/01/2026

πŸ’šπŸ–€πŸ’›

11/12/2025

SET THE DATE ASIDEπŸ“



27/11/2025

On this day, the ANC commemorates the brutal Mamelodi Massacre, where apartheid security forces gunned down 13 unarmed marchers led by the courageous β€œMothers of Mamelodi”

We condemn this evil act and call on those still spreading racial division and right-wing separatism to desist from reviving apartheid’s toxic legacy.

🟒⚫️🟑
27/11/2025

🟒⚫️🟑

On this day, the ANC commemorates the release of Isithwalandwe-Seaparankoe Harry Gwala, a revolutionary giant whose unwavering commitment to the struggle inspired generations. His steadfast resistance against apartheid oppression continues to light the path toward a just and equal South Africa.

Long live the Lion of the Midlands, Commander Harry Gwala, long live. ✊🏾

01/11/2025
Nge 28 ka October 2025 beku nomhlangano we-IDP obubanjelwe eholeni, lapho kube khona uSomlomo woMasipala ohloniphekile  ...
30/10/2025

Nge 28 ka October 2025 beku nomhlangano we-IDP obubanjelwe eholeni, lapho kube khona uSomlomo woMasipala ohloniphekile uCllr Mavuma wase-Umzimkhulu kanye nelungu leMkhandlu loMasipala Wesifunda Harry Gwala ohloniphekile uCllr uSoni, ndawonye nomphakathi.

Inhloso yomhlangano bekuwuku bika umphakathi ngentuthuko esiqhubayo kanye nalezo ezihleliwe ukuba zenziwe kulewadi.

Lo mhlangano unikeze ithuba emphakathini ukuthi uxoxe nabaholi babo, ubeke izikhalo, futhi uqonde kangcono inqubekela phambili yokuthuthukisa izinsiza kanye nengqalasizinda yendawo.

UMasipala uqinisekise ukuzibophezela kwawo ekuqhubekiseleni phambili ukusebenzisana nomphakathi ukuze izinhlelo zentuthuko zihambisane nezidingo zabantu.

Namhlanje, nge 25 October 2025 iBranch Task Team yakwa ward 12 isingathe umhlangano ngaphansi kwe program  ebizwa nge Zi...
25/10/2025

Namhlanje, nge 25 October 2025 iBranch Task Team yakwa ward 12 isingathe umhlangano ngaphansi kwe program ebizwa nge Ziveze ngenhloso yokunika amalungu e-ANC kanye nabo bonke abathanda i-ANC ithuba lokuvuselela ubulungu babo. Umhlangano ubuhanjelwe yi-Branch Task Team, abathunywa abavela esifundeni saseHarry Gwala kanye neConvenor uCde Jeff Radebe. Thina njengegatsha le-ANC Chris Hani sifisa ukubonga bonke abantu abebehambele nathi namuhla, futhi sibonga ngenani labantu abaphume ngobuningi babo bezosisekela. Lokhu kufakazela ukuthi abantu basayethemba futhi bakholelwa ku-ANC.

Address

Umzimkulu

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when ANC NMZ Chris Hani Branch posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share