VIDEO: Operation Mbo isiqalile e-Groundini lase New Stand, Ward 06.
Iminyango kahulumeni eyahlukene ikhona ukuba izolekelela abantu bakithi ngezidingo zabo.
Ukhahlamba Luyiziwi Labantu.
PROGRAMME LAUNCH: PHEZUKOMKHONO
INTUTHUKO: Phola Park Creche, Ward 07 isiqediwe ukwakhiwa. Maduze nje sizoyivula. Odado sebezofunda kahle bekwazi nokudlala endaweni ehlanzekile nephephile.
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
Deputy Mayor, Cllr N Tshababala.
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
Bab Zwane, omele Mkhandlu WeSizwe samaNgwane udlulisa lamazwi:-
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
Siyabonga ukufika kuka Home Affairs nama truck awu 5, abantu baphume ngobuningi babo ukuzothola usizo ngabakudingayo.
Site visit at Potshini, Ward 12 where construction of a steel bridge will commence soon.
Ukhahlanba Luyizwi Labantu.
Site visit at uMhlathuze, Ward 12 where construction of a steel bridge will commence soon.
Ukhahlanba Luyizwi Labantu.
Namhlanje umkhandlu waso Okhahlamba Local Municipality uvakashele indawo lapho khona kwakhiwa izindlu zesikhashana eziwu 180 ezizohlala laba abazosuswa emikhukhwini eyakhele idolobha, emva kokuba kwakunemi biko eminingi engemihle ngokwenzeka kuyo lemikhukhu. Umkhandlu waba usuthatha isinqumo sokuba kuqale le project yokubambisa kuleminyaka ewu-5 ezayo kube kwakhiwa izindlu kwenye indawo. Leli igxathu elikhombisa inqubekela phambili njengoba umasipala uzibophezele ekwenzeni ushintsho kanye nokunakekela izakhamuzi zawo.
Ukhahlamba Luyizwi Labantu.
I was pleased to have a concise interview with the veteran commercial radio presenter Mam' Vicky Masuku, on the sidelines of the 2024 KZN Women's Parliament hosted by Okhahlamba Local Municipality .
KwaZulu-Natal Legislature Women's Parliament hosted by Okhahlamba Local Municipality at the Bergville Sports Complex.