06/03/2026
Njengoba sazi ukuthi kwiArea yaseZimeleni kufakwa ugesi kunezinkingake abahlali abahlangabezana nazo zokuthi ngeke bafakelwe ugesi ngoba bakhe ngaphansi kwezintambo eziyingozi zikagesi ubuholi base ward 76 buhambisana nokhansela bubize amadepartments athintekayo kuloludaba ukuba kwenziwe ukuhlola kwalezindawo nalemizi bese kutholakala isxazululo ngokushesha kwenzekileke lokho sekumele kutholakale isxazululo esisheshayo ngaloludaba sizolokhu sinazisa ukuba udaba selukuphi manje siyabonga (UHULUMENI KUBANTUπ€ππββ)