Donsintaba Primary School

Donsintaba Primary School Founded in 1984, by Local community with the help of sponsors. Our Vision

Is to Produce best quality learners through best quality education.

Mission

The institution aims at providing high quality teaching and learning to all learners in order to equip them with knowledge skills values and attitudes to meet FUTURE CHALLENGES. Current Principal is Mr S Mazibuko, HOD Ms Goge and Mr TS Ngubane

From US to YOU , HAPPY HERITAGE DAY in advance.
23/09/2023

From US to YOU , HAPPY HERITAGE DAY in advance.

02/08/2023

Breaking News: You all think that the new uniform is beautiful yeah right it is beautiful but we have something better and more beautiful.

Ezihamba Phambili: Sonke sicabanga ukuthi inhle i uniform yebo inhle kakhulu kodwa . 🔥 😉

📢 Breaking News: DONSINTABA PRIMARY SCHOOL will be changing their school uniform.  The change will be implemented steadi...
22/07/2023

📢 Breaking News: DONSINTABA PRIMARY SCHOOL will be changing their school uniform. The change will be implemented steadily and gradually. Please note that for the current year learners can continue to wear their old uniforms. Prices were given to parents during our last parent's meeting.
School dress: R250
For the rest of the school uniform prices the school will communicate with parents in due course.

📢 Ezihamba Phambili: IDONSINTABA PRIMARY SCHOOL izoshintsha iuniform yayo. Lolushintsho luzongeniswa kahle ngesineke. Sicela ninakisise lokhu, kulonyaka abafundi bengaqhubeka befake iuniform yabo endala. Amanani ama uniform anikezwa ngomhlangano wabazali odlule.
Inani le tshunikhi : R250
Amanani enye iuniform kuzoxhunywana nabazali ngokuhamba kwesikhathi.


Yayinhle into yezingane

22/06/2023

📢ISIMEMEZELO ESIPHUTHUMAYO
kubazali babafundi baseDonsintaba Usuku (22 June 2023)

Siyabingelela, sicela ukwazisa abazali babafundi base Donsintaba ngokubaluleka kokufika ngesikhathi kusasa emhlanganweni. Isikhathi u 8 ekuseni.

Kubalulekile ukugcina isikhathi kusasa ngoba isikole sizosheshe siphume njengoba kuwusuku lokugcina kule term.

Uma kunemibuzo ningasibhalela ku Inbox noma kuma comment.

Sicela uma kungenzeka sazise nalabo abangenawo u Facebook.

Siyabonga

Obhalile

UMnumz S Mazibuko
(uThishanhloko)

Breaking news 📰
05/06/2023

Breaking news 📰

Indlela iqala lapha and sebeyiqalile sinethemba ukuthi bazoyi qhubeka ngenkulu intokozo.  and
08/02/2023

Indlela iqala lapha and sebeyiqalile sinethemba ukuthi bazoyi qhubeka ngenkulu intokozo.
and

The final Journey was great. Sawuvala unyaka wangonyaka odlule ngenkulu intokozo. Siphinde sibonge nakubazali ngokwenza ...
08/02/2023

The final Journey was great. Sawuvala unyaka wangonyaka odlule ngenkulu intokozo. Siphinde sibonge nakubazali ngokwenza lomcimbi ube yimpumelelo.

   #2022What a class. Lapho abakhona sibafisela okuhle kodwa.
07/02/2023


#2022
What a class. Lapho abakhona sibafisela okuhle kodwa.

07/02/2023

📢ISIMEMEZELO ESIPHUTHUMAYO
kubazali babafundi baseDonsintaba Usuku (7 February 2023)

Siyabingelela, sicela ukwazisa abazali babafundi base Donsintaba ngomdlalo ongaphandle okhona kule Term. Sizoyodlala ne Ngwemnyama Primary School yaso Yaya ngomhlaka 9 March 2023.

Imali yokugibela kubafundi kuzoba R100, besikhuthaza abazali ukuthi basheshe bazikhokhele izingane ukuze kuzokwaziwa ukuthi mangaki amakhumbi azodingakala.



Uma kunemibuzo ningasibhalela ku Inbox noma kuma comment.

Sicela uma kungenzeka sazise nalabo abangenawo u Facebook.

Siyabonga

Obhalile

UMnumz S Mazibuko
(uThishanhloko)

📢ISIMEMEZELO ESIPHUTHUMAYO kubazali babafundi baseDonsintaba Usuku (16 August 2022)Siyabingelela, sicela bonke abazali b...
16/08/2022

📢ISIMEMEZELO ESIPHUTHUMAYO
kubazali babafundi baseDonsintaba Usuku (16 August 2022)

Siyabingelela, sicela bonke abazali babafundi bakwa Grade 5 and Grade 6 baqinisekise ukuthi abafundi bayazifunda lezi zincwadi ezimbili njalo. Abazali abaqinisekise ukuthi abafundi bayasithola isikhathi sokufunda noma kungaba imizuzu ewu-30 njalo ngosuku.

Sicela uma kungenzeka sazise nalabo abangenawo u Facebook.

Siyabonga

Obhalile

UMnumz S.M SHANGE
(uThisha wesiNgisi)

12/08/2022

📢ISIMEMEZELO ESIPHUTHUMAYO
kubazali babafundi baseDonsintaba Usuku (12 August 2022)

Siyabingelela, sicela ukwazisa abazali babafundi base Donsintaba ngama activities azoba khona kule Term.

Spring Day - 1 September( abafundi bazoswenka bakhokhe R2, AKUPHOQELEKILE)

Entrepreneur Day - 9 September( abafundi bebanga lesi-7 (Grade 7) bazobe bengosomabhizinisi bedayisa izinto ezahlukene) kuyacelwa ukuthi abazali baphe abafundi imali yokuthenga wonke umfundi uvumelekile ukuthi azothenga.

Heritage Day( usuku lwamasiko) - 23 September( abafundi bazovunula, AKUKHOKHWA)

Uma kunemibuzo ningasibhalela ku Inbox noma kuma comment.

Sicela uma kungenzeka sazise nalabo abangenawo u Facebook.

Siyabonga

Obhalile

UMnumz S Mazibuko
(uThishanhloko)

19/07/2022

Good morning everyone. Today we welcome back our learners and we are gearing for a new happy term. This term we have a lot of activities from curriculum to the best well being of learners.

Address

Mawasheni Area ENkanini
Eshowe

Opening Hours

Monday 07:30 - 14:30
Tuesday 07:30 - 14:30
Wednesday 07:30 - 14:30
Thursday 07:30 - 14:30
Friday 07:30 - 13:00

Telephone

+27605244896

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Donsintaba Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Donsintaba Primary School:

Share

Category