IFP Ward 22 Esikhawini Branch

IFP Ward 22 Esikhawini Branch ���

City Of uMhlathuze Municipality Vacancy Posts
12/11/2024

City Of uMhlathuze Municipality Vacancy Posts

🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳Sizonqoba Closing Rally26 May 2024Richard's Bay Sports Complex10:00
21/05/2024

🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳🥳
Sizonqoba Closing Rally
26 May 2024
Richard's Bay Sports Complex
10:00

09/03/2024

Cmrds namhlanje asizilungiselele usuku lwak'sasa, siya kothamela iManufesto eMabhida cmrds ayi olwandle noma eworkshop. Kubalulekile ukuthi senze into yethu inhlonipheke njengoba umsunguli weqembu uMtwana wayesifundisa ukuhlonipha. Asiqoqe esik'dingayo namhlanje ukuze ksasa sihlale sizothe

Singasali emabhasini sixhumane nabo coordinator ngezikhathi zokuhamba kwamabhasi ekseni, kanjalo nokubuya sithathe izinumber zamabhasi futhi ungaqheli kakhulu kubantu obuhamba nabo ukuze singasali

🐘🐘🐘

Manifesto Launch@ Moses EMabhida Stadium10 March 202410am
06/03/2024

Manifesto Launch
@ Moses EMabhida Stadium
10 March 2024
10am

22/02/2024

Greetings cmrds from Ward 22 ezikweni lase Amandosi Primary School

Us'hlalo nekomidi umema onke amalungu eqembu le IFP ngaphansi kweziko lase Mandosi, emhlanganweni ohleleke kanje

Usuku: 24 February (Saturday)
Iskhathi: 9H00 ekseni
Indawo: Amandosi School

Ngzocela umlayezo siwudlulisele nakwabanye cmrds ukuze umhlangano wethu ube impumelelo. Ngyathokoza✊🏽

Greetings cmrdsWard 22 kwi SAGM V.D ngakwa Nembula sino door to door ksasa ngo 9:00 ekseni. Singajabula kakhulu ukuba na...
13/10/2023

Greetings cmrds
Ward 22 kwi SAGM V.D ngakwa Nembula sino door to door ksasa ngo 9:00 ekseni. Singajabula kakhulu ukuba nani macmrds, nama cmrds akwamanye ama wards amukelekile kakhulu. Ngyathokoza

Meeting point: Next to Nembula or Welfare
Date: 14 October (ksasa)
Time: 9H00 ekseni
🐘🐘🐘

28/09/2023

Asithokoze kakhulu kubahlali base ward 13 ngokusinika lelithuba as the IFP. Ward 13 in the bag cmrds💪🏽🐘🐘🐘🥳🥳🥳🥳

Greetings cmrds...SIYANQOBA RALLY AT WARD 13 IN MPEMBENI AREA on the 24th September 2023Selisuke la hlala ke💪🏽🐘🐘🐘
21/09/2023

Greetings cmrds...SIYANQOBA RALLY AT WARD 13 IN MPEMBENI AREA on the 24th September 2023

Selisuke la hlala ke💪🏽🐘🐘🐘

04/06/2023

Greetings Cmrds
Siyabonga kubo bonke abaphumelele ukuzogcoba iziko lase Amandosi. Sibonga ukwethembeka cmrds, sibonga ukubambisana, sibonga ukubekezelelana bantwana be Mbabazane ngoba siyonqoba simunye. Sibonga asiphezi nobuholi obusha beziko buyabonga kuwo wonke ama CMRDS APHUMELE! 🐘🐘🐘

Greetings CmrdsSyanimema nonke eninama membership cards ase Mandosi Branch ukuba nibe yinxenye yokugcotshwa kweziko lase...
02/06/2023

Greetings Cmrds
Syanimema nonke eninama membership cards ase Mandosi Branch ukuba nibe yinxenye yokugcotshwa kweziko lase Mandosi eWard 22, niyacelwa ukuba niphathe imembership ne ID ukuze ube nelungelo lokukhetha labo ofisa babe amalungu kumakomidi azobe ekhethwa. Kubaluleke kakhulu ukuphumelela kwenu cmrds
Indawo: Amandosi Primary
Iskhathi: 12H00
Usuku: 04 June (ngeSonto)
🐘🐘🐘
🥳🥳🥳

Address

KwaNdaya Reserve
Esikhawini

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27727016212

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IFP Ward 22 Esikhawini Branch posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share