31/07/2026
Impelasonto yesibili nekungeyokugcina evulelekile yokubhalisela ukuvota. UMeya uKhumalo unxusa umphakathi ikakhulukazi intsha ukuthi iphume ngobuningi bayo iyobhalisa noma iyabheka futhi iqondise imininingwane yayo kwa IEC esikhungweni sokuvota esikeduze. Lowo onomazisi kusukela ku 16 years angabhalisela ukuvota.