Nibela Primary School

Nibela Primary School SCHOOL FOR GRADE R - 7 LEARNERS

03/01/2026
03/12/2025

Sanibinani zihlobo ze Nibela Primary School , kunomhlangano ngomhlaka 9 December 2025, Isikhathi ngo 9:30, kuyobuye kutholakale nemiphumela yabantwana.

07/08/2025

Asibingelele Mphakathi wakithi. Sicela ukwedlulisa ukuxolisa kakhulu ngomhlangano wabazali obuhlelelwe ikusasa, angeke usabakhona ngenxa yesimo esikhona emphakathini esehlileyo. Sizokwazisa ngesonto elizayo ukuthi kuzoma kanjani.
Siyacela ongakwazi asifakele naku Nibela News.

Siyabonga, ozithobayo
Xulu LN

31/12/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Ntokozo Zitha, TK Mkhwanazi, Zinhle Mtolo

Asibingelele bazali babantwana abafunda e Nibela, Sicela ukukhumbuza ngomhlangano wabazali ongo Lwesine ngomhlaka 22 Feb...
20/02/2024

Asibingelele bazali babantwana abafunda e Nibela, Sicela ukukhumbuza ngomhlangano wabazali ongo Lwesine ngomhlaka 22 February 2024.
Siyacela abazali baphumelele ngoba kuyothintwa nezindaba zokukhethwa komkhandlu omusha.
Ngiyabonga
Ozithobayo
Xulu LN

Sanibonani zihlobo ze Nibela Primary school. Abantwana bayabuya ngomhlaka 17 January kanti othisha bona bazobakhona ngom...
10/01/2024

Sanibonani zihlobo ze Nibela Primary school. Abantwana bayabuya ngomhlaka 17 January kanti othisha bona bazobakhona ngomhlaka 15 january.
Siyacela impela nisilekelele ngama exc abantwana bafike beziphethe izinto zokubhalela nokokubhala.

Siyabonga kakhulu

26/08/2023
Siyabingelela bazali besikole sethu I Nibela Primary. Kuzothathwa ama exc Books ngomhlaka 13 January,  isikhathi 8:30 Ku...
07/01/2023

Siyabingelela bazali besikole sethu I Nibela Primary.
Kuzothathwa ama exc Books ngomhlaka 13 January, isikhathi 8:30 Kuya ku 12:00, Grade 4 to 7, grade 1 to 3 uzowathola eklasini uma kuvulwa.
Siyabonga
Ozithobayo Xulu LN

08/12/2022

Mphakathi wakwa Nibela sicela ukwazisa ukuthi umhlangano ukusasa ngo 9:30 zingu 9 December 2022 esikoleni.
Sixolise yisimo sogesi ohluphayo kulezizinsuku.
Siyabonga

13/03/2022

This is what we do at Nibela Primary School

Address

P. O. BOX 552
Hluhluwe
3960

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 13:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nibela Primary School posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Nibela Primary School:

Share

Category