Nibela AREA

Nibela AREA Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Nibela AREA, Public & Government Service, Hluhluwe.

23/08/2014

pirates is taking on wits tonight @ 20:15, what are predictions?

22/08/2014

Isiphi isithombe esingafanela leli page bangani?

09/07/2014

Ake ngibingelel kwaNibela.

Ngithi akengibuze ukuth njengoba uphuza utshwala, ngabe izifiso onazo usuphumele yini kuzo.
1. Uyaz ukuth umunt uma esebenza isifiso abanaso esokuqala ukuthi abenendlu yakhe yokulala...
2. Uma umuntu esebenza isifiso esilandelyo ukuthi ashade...
3. Uma kusuka lapho kuba imoto.

Engikushyo ukuth awubheke ukuthi njengoba uphuza nje uzofinyelela yini kulezizinto ezibaluleke kangak empilweni.

-KG

09/06/2014

Nisaphila kwaNibela.

U G-man uzobe ekhipha imovie yakhe yesibili nxt month, ehluhluwe......ningaphuthelwa.

06/05/2014

Nakho phela bekuzala abazali bakho kusukela usemncane, wangena e(primary) wasuka laph waya e(high school) sekuyaba awusabalaleli, ukhona yini umzali ongakhulisa ingane yakhe ayifake ehlathini njengoba ungasaleli nje, ungakhohlwa i(bible) uma lithi hlonipha uyihlo nonyoko ukuze insuku zakho zande ezweni.

25/04/2014

Ngyabingelela kwaNibela!!
Tshela nabanye ukuthi sikhona la.

24/04/2014

Basaphila abantu kwaNibela

16/04/2014

KwaNibela ninjani hulamakhaza anje?

Akengidlulise nakhu okuncane nje, noma uban uyabon ukuth ubusika sebungenile so all am saying z tht we dn't after amakhaza.

!!

11/04/2014

Nisekhona nje kwaNibela?
Jst hit if uryt.

05/04/2014

Morning kwaNibela

ngyazi ukuthi imindeni yethu yenza izinto ngendlela engafani kodwa ngifuna ukuthola ukuthi wena uyibona kanjani lendaba.

Kukhona imindeni ekholelwa kuNkulunkulu, ethi amadlozi awekho, bese kuba khona imindeni ethi amadlozi akhona
bese kuba khona le ethi kukhona kokubili futh ikusebenzisa kokubili.

Ngibuza wen ukuth ikuphi okholelwa kukho futhi yini ekwenza ukholelwe khona?

Morning

29/03/2014

is love??

Kungenzeka yini umuntu ethi uyakuthanda kodwa akwazi ukukushaya?

Kungenzeka yini umuntu ethi uyakuthanda kodwa kuphinde kube uye okubulalayo?

Kungenzeka yini umunt ethi uyakuthanda kodwa akwazi ukukudlwengula?

Kanti uthando lunjani emhlabaeni?

25/03/2014

Akengibuze!!!

Uban owathi uma ungaphuzi, ungabhemi awukho egrand.....
Awucabange nje uze ubukelwe intombazane phansi ngenxa yokuthi ungumjita kodwa awuphuzi awubhemi bese kuba ngathi uyislima......



nyt bangani!

Address

Hluhluwe
3960

Telephone

+27726360487

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nibela AREA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share