Impendle Local Municipality

Impendle Local Municipality Impendle Local Municipality page

Niwuhlabe niwulawule Mphakathi bonke ababeshaye amapasi eThusong bangafika bezowalanda, ngalolusuku, kanjalo nabafisa uk...
28/08/2026

Niwuhlabe niwulawule Mphakathi bonke ababeshaye amapasi eThusong bangafika bezowalanda, ngalolusuku, kanjalo nabafisa ukushaya ama Smart ID bazokwazi ukuwashaya , lolu wuhlelo olulethwa iSishayamthetho sakwaZulu Natal .

Siyabingelela Bahlali baseMpendle kuyecelwa ukuba sihlale emakhaya ikakhulukazi oGogo omkhulu kanye nezingane,ukuze bang...
10/08/2026

Siyabingelela Bahlali baseMpendle kuyecelwa ukuba sihlale emakhaya ikakhulukazi oGogo omkhulu kanye nezingane,ukuze bangangenwa amakhaza , kanjalo nabashayeli baqashe le kakhulu , umgwaqo usuyashibilika kakhulu , ikakhulukazi ukusuka kwaNgodlo uze uyongena eMpendle, abezenhlekelele bomkhandlu Bakhona ukuqapha isimo πŸ™

APPOINTMENT OF A SUITABLE SERVICE PROVIDER FOR THE SUPPLY AND DELIVERY
05/08/2026

APPOINTMENT OF A SUITABLE SERVICE PROVIDER FOR THE SUPPLY AND DELIVERY

Siyabonga kakhulu ngokubambisana Mphakathi waseMpendle impela umndeni othintekayo usuwuhlonzile umzimba konke kwahamba k...
15/07/2026

Siyabonga kakhulu ngokubambisana Mphakathi waseMpendle impela umndeni othintekayo usuwuhlonzile umzimba konke kwahamba kahle πŸ™

Niwuhlabe niwulawule πŸ™
14/07/2026

Niwuhlabe niwulawule πŸ™

ADOPTION  OF IMPENDLE LOCAL MUNICIPALITY 2026/2027 PMS FRAMEWORK, SDBIP, PERFORMANCE AGREEMENTS AND PLANS FOR SENIOR MAN...
10/07/2026

ADOPTION OF IMPENDLE LOCAL MUNICIPALITY 2026/2027 PMS FRAMEWORK, SDBIP, PERFORMANCE AGREEMENTS AND PLANS FOR SENIOR MANAGERS

19/06/2026

Naziya πŸ™ŒπŸ»πŸ™ŒπŸ»

Iyaqhubeka I Training yabantu abasha eThusong Center eyenziwa inhlangano ye NYDA ngokubambisana ne office labantu abasha...
17/06/2026

Iyaqhubeka I Training yabantu abasha eThusong Center eyenziwa inhlangano ye NYDA ngokubambisana ne office labantu abasha lomkhandlu, intsha iqeqeshwa ngamakhono Amaningi.

Kubeyinjabulo enkulu namhlanje eMpendle uMnyango wezamaCiko namaSiko,uholwa uSekela Mqondisi Nkosazana uZama Shelembe ka...
17/06/2026

Kubeyinjabulo enkulu namhlanje eMpendle uMnyango wezamaCiko namaSiko,uholwa uSekela Mqondisi Nkosazana uZama Shelembe kanye no Mayor womkhandlu waseMpendle benikela ngezinsiza zokudlala zabantu abasha,okubalwa kuzo amaJezi abafana kanye namantombazane , amabhola, kanye nokunye okuningi- #

Kube yinjabulo yodwa kuMphakathi waseNzinga kwa ward 1 , uMhlonsihwa uSiboniso Duma ophathiswe uMnyango wakwa Huma Settl...
11/06/2026

Kube yinjabulo yodwa kuMphakathi waseNzinga kwa ward 1 , uMhlonsihwa uSiboniso Duma ophathiswe uMnyango wakwa Huma Settlements enikezela ngezindlu ezingu 45 ngemuva kwesiphepho esaba namandla kakhulu - uHulumeni olalelayo siyabonga πŸ™

Address

21 Mafahleni Street
Impendle
3227

Opening Hours

Monday 07:45 - 16:00
Tuesday 07:45 - 16:00
Wednesday 07:45 - 16:00
Thursday 07:45 - 16:00
Friday 07:45 - 16:00

Telephone

+27339966000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Impendle Local Municipality posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share