EFF Alfred Duma Sub-Region.

EFF Alfred Duma Sub-Region. Leadership at whatever level is service not an opportunity to enrich onself

Ward 14 door to door campaign
03/09/2026

Ward 14 door to door campaign


♦️Happening Tomorrow ♦️uCllr Candidate wase ward 30 uThuthukani Madondo uzokwamukelisa intsha ngezinto zokuzivocavoca eb...
02/09/2026

♦️Happening Tomorrow ♦️

uCllr Candidate wase ward 30 uThuthukani Madondo uzokwamukelisa intsha ngezinto zokuzivocavoca ebholeni likabobhutshudwayo kusasa?

♦️Happening Today ♦️Oqokelwe esobu-Meya ngaphansi kwe EFF usefikile emndenin wakwaManyoni lapho oklindeleke khona ukuba ...
02/09/2026

♦️Happening Today ♦️

Oqokelwe esobu-Meya ngaphansi kwe EFF usefikile emndenin wakwaManyoni lapho oklindeleke khona ukuba ayobhonga emswaneni yena ne thimba lakhe emva kokudutshulwa komfanyana osasemncane.

♦️Happening Tomorrow ♦️
01/09/2026

♦️Happening Tomorrow ♦️

♦️Happening Today ♦️I-EFF ithathe umkhankaso wayo namuhla yawusa eMaqanda e-Ward 32 lapho iletha khona ukhansela uNana N...
01/09/2026

♦️Happening Today ♦️

I-EFF ithathe umkhankaso wayo namuhla yawusa eMaqanda e-Ward 32 lapho iletha khona ukhansela uNana Nsele njengozomela iEFF okhethweni langomhlaka 04 November 2026



💚🖤❤️

♦️Happening Today♦️Oqokwe njengo Mayoral Candidate ngaphansi kwe EFF uLwazi Nkosi namuhla uhole ithimba lakhe kumkhankas...
30/08/2026

♦️Happening Today♦️

Oqokwe njengo Mayoral Candidate ngaphansi kwe EFF uLwazi Nkosi namuhla uhole ithimba lakhe kumkhankaso wase Ward 09 eTsakane e-Alfred Duma ngenhloso yokunxenxa umphakathi ukuba uvote kahle ngomhlaka 04 November njengoba siya okhethweni loHulumeni basekhaya.


uSihlalo we EFF e Alfred Duma ophinde abe ngulowo oqokwe njengozomeli EFF Ku Ward 19 usewaqalelile ama class oqeqesho lw...
28/08/2026

uSihlalo we EFF e Alfred Duma ophinde abe ngulowo oqokwe njengozomeli EFF Ku Ward 19 usewaqalelile ama class oqeqesho lwezefundo zokushayela Emfulamthathu omdala ngakwa Madevu.

♦️Ezanamuhla♦️Ukhansela Cebekhulu ophinde abe umqokwa ozomela ECONOMIC FREEDOM FIGHTERS okhethweni loHulumeni basekhaya ...
07/08/2026

♦️Ezanamuhla♦️

Ukhansela Cebekhulu ophinde abe umqokwa ozomela ECONOMIC FREEDOM FIGHTERS okhethweni loHulumeni basekhaya ngaphansi kuka ward 17,Namuhla uphelezele abafundi abasohlelweni lwe EFF lokuthatha izincwadi zokushayela ukuba bayo bookel ukubhala.

♦️Happened Today♦️EFF mayoral candidate Lwazi "Rasta" Nkosi from Alfred Duma Subregion visited Sidingulwazi VD to donate...
06/08/2026

♦️Happened Today♦️

EFF mayoral candidate Lwazi "Rasta" Nkosi from Alfred Duma Subregion visited Sidingulwazi VD to donate soccer kit.

He encouraged the youth to distance itself from drugs by fully participating in sports.

Our Youth Our Future.

06/06/2026

♦️Happening Tomorrow ♦️

Onke amalunga e EFF ngaphansi kuka Alfred Duma ayakhunjuzwa ngomhlangano ozoba kusasa eRegional Office ngo 11:00am Iskhathi.

Niyacelwa ukuba nigcine isikhathi ukuze sikwaz sonke ukuba ne transport ubuyela emumva


💚❤️🖤

Address

Next To Game
Ladysmith
3370

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:00
Tuesday 08:00 - 16:00
Wednesday 08:00 - 16:00
Thursday 08:00 - 16:00
Friday 08:00 - 16:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EFF Alfred Duma Sub-Region. posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share