Million Meyiwa Branch -ANC

Million Meyiwa Branch -ANC Ward 11

πŸ–€πŸ’šπŸ’›
28/04/2024

πŸ–€πŸ’šπŸ’›

πŸ™πŸΎπŸ–€πŸ’šπŸ’›
27/10/2023

πŸ™πŸΎπŸ–€πŸ’šπŸ’›

27/10/2023

Tribute to Mr Khumbulani Blose

Million Meyiwa branch ifisa ukudlulisa ukudabuka nokuzwelana nomndeni wakwaBlose kulandela ukudlula emhlabeni kuka Mnu uKhumbulani Blose obedume ngoMoniwa.

UBlose ube yisibonelo esihle ngokuzimisela kwakhe ngebhizinisi, wadlondlobala phambi kwawo wonke umuntu okugqugquzele abanye abaningi abalandele ezinyathelweni zakhe.

Iqhaza lakhe libe likhulu ekufukuleni imboni yezokuthutha hayi eNdwedwe kuphela kodwa nakwezinye izindawo.
UKhongolose umethulela isigqoko ngamagalelo akhe.

Imininingwane yomgcwabo imi kanje

Date : 28 October 2023
Time : 10h00
Indawo : Blose homestead( eMthebeni)

UNkulunkulu awuqinise umndeni wakoNdelu kulesisikhathi esinzima. His undying spirit of peace will live forever

Siyabonga..

Address

D1518
Ndwedwe
1518

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Million Meyiwa Branch -ANC posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Million Meyiwa Branch -ANC:

Share