Nondweni Public Library

Nondweni Public Library Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Nondweni Public Library, Government Organization, Private Bag x5514, Nqutu.

14/08/2026

Isaziso

Sikwazisa ngokuvalwa kwe Library okuzoba ngezi 17 August kuya kuzi 19 August 2026. Kuzobe kune Stocktake.

Siyaxolisa kakhulu ngokuphazamiseka okuzoba khona.

13/08/2026

Nquthu Municipal Libraries will have Level 2 of grade 4 Reading for Meaning Competition at Nquthu Public Library.

Competition will be Live on Nquthu library Facebook page from 10h00 am today

Nondweni public library level 1 of reading competition went well. Siyabonga kothisha nakubantwana . Siyathemba ukuthi ba...
27/07/2026

Nondweni public library level 1 of reading competition went well. Siyabonga kothisha nakubantwana . Siyathemba ukuthi bazosi represent kahle nakwamanye ama levels up to provincial Level

Umtapo wolwazi wase Nondweni ubungaze u 67 minutes  ngezi 17 July 2026 ngokuxoxela abantwana bomphakathi izindaba ezahlu...
19/07/2026

Umtapo wolwazi wase Nondweni ubungaze u 67 minutes ngezi 17 July 2026 ngokuxoxela abantwana bomphakathi izindaba ezahlukahlukene, uku crayona, umdlalo we chess kanye ne PS5 free games.

Today Nondweni Library attended Holiday Program at Zamimpilo center in collaboration with other government departments ,...
10/07/2026

Today Nondweni Library attended Holiday Program at Zamimpilo center in collaboration with other government departments , Health, SAPS, and CMD social workers. Theme # Health promotion and education. Community children and parents were educated about health and safety of children

Nondweni Public Library izolo ngezi 8 July 2026 besine Holiday Program nabantwana bomphakathi since bekwi winter break. ...
09/07/2026

Nondweni Public Library izolo ngezi 8 July 2026 besine Holiday Program nabantwana bomphakathi since bekwi winter break. Sibe sesizithokozisa nabo ngo Educational toys, Story Reading, Chess, PS5 Games,Snake and Ladder, coloring and word search

Izolo besivashele eMandlenyosi Primary njengenxenye ye-outreach sikhuthaza abantwana ngemfundo.  Babe nabo sebesijabulis...
26/05/2026

Izolo besivashele eMandlenyosi Primary njengenxenye ye-outreach sikhuthaza abantwana ngemfundo. Babe nabo sebesijabulisa ngemidlalo ehlukahlukene okubalwa nokuhaya izinkondlo.

Nathi njengomtapo wakho wolwazi sizobe sibungaza usuku lwe_World Play Day ngomhlaka 28 May 2026.  Lapho sizobe sidlala i...
13/05/2026

Nathi njengomtapo wakho wolwazi sizobe sibungaza usuku lwe_World Play Day ngomhlaka 28 May 2026. Lapho sizobe sidlala imidlalo yangaphakathi efana namathoyizi, toy free play, chess, PS5 GPU Jungle Game neminye eminingi

Izolo besisehholo lase_5 nalapho bekusahlungelwa i_reading competition.  Izikole ekade zikhona Ekukhanyeni, Nomashaka, M...
06/05/2026

Izolo besisehholo lase_5 nalapho bekusahlungelwa i_reading competition. Izikole ekade zikhona Ekukhanyeni, Nomashaka, Mandlenyosi no Mhlungwane Primary. Abafundi baka-Grade 4 abawinile bazondlulela ku_level 1 we_reading competion. Lapho kuzobe sekuncintisana wonke Grade 4 ophumelelile ngenkathi kuhlungwa. Lowomncintiswano uyobe usuba kumtapo wolwazi wase Nondweni

01/05/2026

Happy Holiday!!

Isaziso Somtapo wakho wolwazi

Sikwazisa ukuthi Nondweni Library izobe ivaliwe ngalo Mqgibelo wangezi 02 May 2026 .

Siyabonga

Address

Private Bag X5514
Nqutu
3135

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 08:00 - 16:00
Saturday 08:00 - 12:00

Telephone

+27311095621

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nondweni Public Library posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Nondweni Public Library:

Shortcuts

Share