Gamalakhe Township

Gamalakhe Township Gamalakhe Township was Established in 1968 under R293 Townships of 1962. Located:South Coast, KwaZulu-Natal, South Africa. Location

14/05/2026

Kjn mphathi we group ngicela usizo ngama peace job isimo sibi is spoon asiphakami any job Will help sengiphelelwe nawu Gesi

From:inbox 📥

Awu 👀
13/05/2026

Awu 👀

Kukuphi lana ?Sifuna ukubona abazi kahle i Gamalakhe Still.. ✍️
11/05/2026

Kukuphi lana ?

Sifuna ukubona abazi kahle i Gamalakhe

Still.. ✍️



Kuthiwa iningi labantu liphuma emsebenzini liqonde la whyStill.. ✍️     📷:Minenhle Andile
11/05/2026

Kuthiwa iningi labantu liphuma emsebenzini liqonde la why

Still.. ✍️






📷:Minenhle Andile

ILokishi i Gamalakhe lakhiwa ngaphansi kohlelo olubizwa(R293 Townships)Lohlelo lokwakha lamaLokishi akhawiwa ngesikhathi...
11/05/2026

ILokishi i Gamalakhe lakhiwa ngaphansi kohlelo olubizwa(R293 Townships)

Lohlelo lokwakha lamaLokishi akhawiwa ngesikhathi sobandlululo e KZN lwasungulwe wuye uhulumeni wobandlululo ngenhloso yokususa abantu ezindaweni ababekade behlala kuzo bayobafaka kulama Lokishi abizwa(R293 Townships), lena yindlela ababeyisebenzisa yokudla umhlaba ababesuke bewufuna ngaleso skhathi.

Iningi lalama Lokishi akhiwe ezindaweni zamaKhosi ngezikhathi zama 1960s kukhuphuka kodwa emva kokuphuma kuka Hulumeni wobandlululo azange lusaqhubeka uhlelo lokuthi kwakhiwe amanye ama Lokishi awuhlelo lwe(R293), njengoba iningi lalama Lokishi lakhiwe ezindaweni zamaKhosi kwathi ngesikhathi sekungena Hulumeni wentando yeningi kwacelwa amaKhosi ezindawo ekwakhiwe lamaLokishi kuzo ukuba adlulisele lamaLokishi koMasipala, kodwa kuthe uma uhulumeni eyilandela leyo wathola ukuthi kusenamaKhosi asaqhubeka nokwengamela lamaLokishi futhi asanika abantu izindawo zokwakha kulama Lokishi noma emhlabeni owawukanyelwe lamaLokishi njengo kuba nezindawo noma izikhala ekungakhiwanga kuzo eLokshini, lokhu yikho okudala kulama Lokishi uthole ukuthi kunesakhamuzi esinencwadi yobunini bendawo obugcwele(Tittle Deed) bese abanye banama(PTO) okuyincwadi eyimvume yokusebenzisa umhlaba kodwa akuwona owakho kodwa niseLokishini nonke niphethe izincwadi ezingafani omunye uphethe evela kuHulumeni kodwa omunye uphethe evela eNduneni noma eNkosini yiyo inkinga ekhona kwiningi lalama Lokishi ngisho ungaya eMtshezi uye Newcastle uyeThekwini uzofica lenkinga kulama Lokishi akhiwa ngaphansi kohlelo(R293).

ILokishi i Gamalakhe laqalwa ngokuthi kwakhiwe olindela(Tin Houses) kwafakwa abantu ababesuswe ezindaweni ezehlukene ezakhele Hibiscus Coast bayofakwa kulabo lindela(Tin Houses), uhulumeni wobandlululo ubese wakha izindlu zezindonga ezibovu ezingo 4 rooms no 5 rooms, kodwa okwababuhlungu ngalezindlu ezingo 4 rooms no 5 rooms zange kuhlomule abantu ababefakwe kolindela(Tin Houses) nokwenza baqhubeka bahlala kolindela kwaze kwaba kuphuma uhulumeni wobandlululo, kwangena owentando yeningi nokuyiwona owaze wakha o 1 room wakhela labantu abahlala kolindela(Tin Houses).

Abaningi abangenalo ulwazi kahle bayaye babone ngathi lendawo enolindela(Tin Houses) ebizwa Tin Town ayiyona inxenye yeLokishi ngenxa yokungaqondi kahle ukuthi yini iLokishi, abanye bazi ukuthi iLokishi imigwaqo yetiyela(Tar Roads) nama Ama Street lights noma ukuthi kukhokhwe ama Rates noma ukuthi ama toilets abesezindlini ngaphakathi kanti cha akunjalo ulwazi olunganothile lolo.

Kungakuphi lana?Still.. ✍️
11/05/2026

Kungakuphi lana?

Still.. ✍️



10/05/2026

Sawubona Admin. Bengicela ungidlulisele nangu umyalezo .

Ngiyabingelela egroupin

Ngihlangane nomntwana womfana e Margate ngase pavilion today, uthi waxoshwa ekhaya kubo...mncane kakhulu nkosyam and akubukeki engathi udla izidakamizwa noma yimi engihluleka ukbona angazi. igama lakhe uthi uwu Phiwo Danca 13 years of age,wayefunda e Marburg. umawakhe uFuneka Danca e Gamalakhe.

Bakithi akekho yin owazi uFuneka Danca owu Maka Phiwo?

From:inbox 📥

10/05/2026

Sawbona Admin ngcela onomqasho o safe eGamalakhe engekho kude nestobhi ngcela avele ngfunela ukungena end of May.. ngyabonga

Still..✍️
10/05/2026

Still..✍️



09/05/2026

Morning admin unjani please plug me ngomuntu owenza aluminium ne price la egamalakhe ngifelwe I glass le window please 🙏🏿

09/05/2026

Hello, Gamalakhe Township!

Besacela ungibuzele kubalandeli bakho ukuthi ukhona ungangi Dayisela Sphotshi sokulala ngise Qinabout ngokhlala kodwa singahlangana Ngisidinga Monday Ngyabonga 🙏

From:inbox 📥

Address

Port Shepstone
CITY

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gamalakhe Township posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Gamalakhe Township:

Share