I vote for Umkhonto Wesizwe

I vote for Umkhonto Wesizwe Asijiki,asihlehli syaphambili asisatshiswa asisabiseki.iMK eyethu sofela kuyo uyathanda awthandi

amaaaandla ✊️✊️✊️

itoho liyaqhubeka
09/04/2026

itoho liyaqhubeka

Sebelala obenyoni abahlali baseNDZ bathi nkosi akusasingani kube yisonto phela amehlo awaphathelwana. Udaba olusemqoka k...
19/02/2026

Sebelala obenyoni abahlali baseNDZ bathi nkosi akusasingani kube yisonto phela amehlo awaphathelwana. Udaba olusemqoka kwiSubregion i NDZ luveza injabulo yabahlali balomasipala ngokuba nethemba elikhulu ekubuseni koMkhonto njengoba uzidlela amahlanga kontaba kayikhonjwa. Seloku waqala umkhonto inyanga nenyanga kunohlelo olusabalala amaward wonke akhele lomaspala lapho kubuthanwa khona kubungazwe umbono omuhle kababa uNxamalala ngenkulumo ezakhayo ukuhlumelelisa izimilo, ezikhulisa isizwe, umuntu amasiko, inkolo, abalaphi bendabuko nokuningi. Khona manjalo kubuywe kudele umakhasana zishiyelana isiteshi lapho kukhuliswa amakhono ahlukene ikakhulu entsheni nasebantwaneni. Bheka ngoba amehlo awaphathelwana" YIBAMBE MY SELECTER" idumela kumphathi wohlelo osezingeni abanye bafuna ukuma zanini nizobona. Asiphelele khona akukhethwe bala lamuntu. GWAZA MKHONTO💚🖤💚🖤💚

12/01/2026

Kulelisonto sizoxoxa siphinde sibuke ibutho lase NDZ SUBREGION nokuthi yini inhloso yokwakhiwa kwalo njengoba sesbona sekunengoma neyngane ezkhulayo neynsizwa neyntombi

12/01/2026

Umcimbi ohlelwe yibutho e NDZ SUBREGION ngenhloso yokzobonga izinto

12/01/2026

Mhlambe nawe kukhona okungakusiza lapha sibuka NDZ SUBREGION edle ngokugijima ngama program ibhekelele abeswele ibalekele konke loku ayvelanga yakwenza kepha kwathatha ubuchule nobuhlakan kwezinsizwa ezahlangana zabuka uhulumeni ophethe onezenzo zokbulala usiko mpilo lomuntu omnyama,lezinsizwa zabuka ukuth leyimpi ebheke kubantu abamnya isuka eqimbini elbusayo elihlangene nongxiwankulu.Base bethi thina sizolwa nalesi sihlava,kodwa impiyethu njengoba singuMkhonto idinga ibutho ay abafanyana.loku kwaba yiyonandlela ekwaze uksondela ezinhliziywen zabaningi.

12/01/2026
NDZ sub-region ward 9,le Sub region ayideli igadla igadlile ngezinhlelo zoklekelela umphakathi nokugqugquzela  usiko lwe...
12/01/2026

NDZ sub-region ward 9,le Sub region ayideli igadla igadlile ngezinhlelo zoklekelela umphakathi nokugqugquzela usiko lwesintu nokuzigcina kwezingane zingaphoxi abazali,lapha ke sibuka isasa lwaloluhlelo lokuhambela onke ama ward lubukeka lukhula ngesivinini,kanti umphakathi uthokoze kakhulu

Nakulonyaka ozayo usazoqhubeka ugwazenjalo
31/12/2025

Nakulonyaka ozayo usazoqhubeka ugwazenjalo

Harry Gwala Region, NDZ Sub. Region, ward 07 kuvalwa unyaka ka2025 kwemukelwa unyaka omusha ngegiya eliphezulu, lapha si...
26/12/2025

Harry Gwala Region, NDZ Sub. Region, ward 07 kuvalwa unyaka ka2025 kwemukelwa unyaka omusha ngegiya eliphezulu, lapha sibala amacdes angadli lutho ngoMkhonto angathathi ntweni kodwa ngothando konke kuyenzeka, Mawande lomoya wokubeka isizwe kuqala, khula NDZ nakuwo unyaka ka 2026 wenze okubabazekayo njengenjwayelo, sinxenxa bonke abantu iSouth Africa yonke ivote nomkhonto ikakhulu indlu yakithi emnyama masibambene kuseduze phambili. Gwaza Mkhonto 💚🖤💚

Address

Pretoria

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when I vote for Umkhonto Wesizwe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to I vote for Umkhonto Wesizwe:

Share