Cottonlands Mahlabathini Vibes

Cottonlands Mahlabathini Vibes Cottonlands, Mahlabathini is an informal settlement situated in Verulam town which is 27 kilometres north of Durban in KwaZulu-Natal, South Africa.

A warm welcome to everyone that has participated in our page.

Ingabe bephule izimiso zokusebenza noma ingabe inkululeko yabo yokukhuluma iyahlaselwa?JACINTA NGOBESE-ZUMA:NgoJulayi 15...
13/04/2026

Ingabe bephule izimiso zokusebenza noma ingabe inkululeko yabo yokukhuluma iyahlaselwa?

JACINTA NGOBESE-ZUMA:
NgoJulayi 15, 2025 uNksz Jacinta Ngobese-Zuma waxoshwa isigubhukane kuVuma FM ngaphandle kwesizathu esicacile. Imithombo iveza ukuthi uJacinta waxoshwa ngenxa yokubandakanyeka emikhankasweni emelene nokufika kwabantu bangaphandle kuleli ngokungemthetho.

CLEMENT MANYATHELA:
Uhlelo lukaClement Manyathela olubizwa ngeFace The Nation lwanqanyulwa mhla zingu 23 kuNdasa 2026, imithombo ithi iSABC yathola izikhalo ezikhulwini zikahulumeni naseHhovisi likaMengameli ngemuva kwengxoxo kaClement nokhulumela uMongameli wezwe uVincent Magwenya lapho uClement ayebuza khona uMagwenya imibuzo ayekuthola kunzima ukuyiphendula njengokuthi ‘Kungani uMengameli engaxoshi uNgqongqoshe wamaphoyisa uSenzo Mchunu?'

SIPHO MBHATHA:
USgqemeza wamemezela ngomhla zingama-31 kuNdasa 2026 ukuthi ubesakaza okokugcina ngemuva kokuthi ithimba elisha labaphathi boKhozi FM linqume ukuthi bazoyinqamula inkontileka yakhe yeminyaka engu-20 nalo msakazo. Kuthiwa lokhu kungenxa yokucindezela uNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnu Sipho Hlomuka ngemibuzo ‘enzima’ emoyeni ngodaba lwezingane zaseNingizimu Afrika ezingenazo isikhala sokungena esikoleni samabanga aphansi i-Addington Primary School esiseSouth Beach KwaZulu-Natal, ekubeni izingane zabokufika kuleli zibhalisiwe.

Utholakale eGoli e Alex ebulewe Mandisa obekubikwa ukuthi ulahlekile obese kuphele iviki lonke engabuyi ekhaya abangani ...
13/04/2026

Utholakale eGoli e Alex ebulewe Mandisa obekubikwa ukuthi ulahlekile obese kuphele iviki lonke engabuyi ekhaya abangani bakhe bathi bamgcina ehamba nendoda yakhe edabuka Nigeria utholakale edutshulwe amanxeba angu 3 esifubeni indoda yakhe ibalekile ayaziwa ikephi .

12/04/2026
Osisi be Mk sebeyowina uma kuthiwa kuvotelwa Black label ngoba kumakhansela Cha ngeke futhi ke ngomswenko abakhohlweCha ...
24/03/2026

Osisi be Mk sebeyowina uma kuthiwa kuvotelwa Black label ngoba kumakhansela Cha ngeke futhi ke ngomswenko abakhohlwe

Cha nge phuza face ngiyavuma bangasihlula bukani nje usisi wenkatha weeeee akamuhle gooo

Nkosazana Daughter worked with Master KG and bought House 🏡 DJ TIRa worked Qwabe twins they bought a car 🚘 Big zulu work...
24/03/2026

Nkosazana Daughter worked with Master KG and bought House 🏡

DJ TIRa worked Qwabe twins they bought a car 🚘

Big zulu worked Lea Ndlunkulu she bought a car 🚘

Sir Trill & Mlindo after working with Phori:_______😹

Address

Verulam

Telephone

+27794525505

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Cottonlands Mahlabathini Vibes posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share